Inhlamba,Izinkulumo ezinokucwasa ngokobuhlanga,ibala,ibulili,inkolo,iminyaka kanye nokucwaswa kwabaphila nokukhubazeka kanye nezifo ezahlukene akwemukelekile kuleliKhasi.Ongena kuleliKhasi kuyophoqeleka ukuthi aziphathe ngendlela eyamukelekile engathunazi amalungelo kanye nesithunzi sabanye.Kuyiqiniso ukuthi ozotholakala ephula eminye yalemibandela uyothathelwa izinyathelo ezingahambisana nokushushiswa yiNkantolo yezokulingana athweswe necala.LeliKhasi lisungulwe ngenhloso yokubuyisana kanye nokuxoxa ngezinto ezithinta uMbutho ka AfricanNationalCongress (ANC) kusukela egatsheni iKwaMthethwa Branch kuya kuZwelonke.Namukelekile nisagcina yonke imithetho esibalwe ngenhla.Kuyintokozo enkulu ukuba sibambisane kanye nawe ekubuyiseni ubumbano eMbuthweni wabantu.uANC uyanithanda futhi unikhathalele nonke