UMzukulu Wekhalathi C'hle Zungu

R102, Stanger,
UMzukulu Wekhalathi C'hle Zungu UMzukulu Wekhalathi C'hle Zungu is one of the popular Album located in R102 ,Stanger listed under Album in Stanger ,

Contact Details & Working Hours

More about UMzukulu Wekhalathi C'hle Zungu

Inhloso yokuvula leli page ukuth sikwaz ukuxhuman nabant nokuth ukudl kwedlebe kutholakal kanjani· Amagama ami angempela uNosihle no Mzukulu Wekhalathi Zungu· ngiqale ukuthanda umculo wesintu ngo 2007, kodwa ngize ngazam ukuzibhalela izingom ngo 2011· ngabe sengiqopha i album ngo 2015 ngize ngayikhiph ngo 2016 ngo December .Ngizalelw eStanger KwaDukuza ngakhulela kwaMaphumulo eMabomvini kwaMenyezwayo ekhaya komame KwaSithole· Ngazalw nge 17 May ,ngiqede u Grade 12 eThandayiphi j·s Secondary school kwaMaphumulo ngo 2013 ngdlulel emabangen efund ephakem ngokwenz I financial Management khona ngiqede ngo 2016 eMfolozi FET college. Ngyacela ningisaphothe ukuze nam ngkwaz ukukhul kulendima ngyabonga kakhulu ·abadinga icd bathinta le number 0838853656

Map of UMzukulu Wekhalathi C'hle Zungu